Njengoba isizini ka-2025/26 isisemaphethelweni, sebeyaqala ukuvela abadlali abasethubeni lokuthola imiklomelo ekupheleni kwayo ngenxa yokugqama emaqenjini abo.
ISISHINTSHILE indlela amaqembu abheka ngayo abadlali azobasayinisa ngenxa yobuchwepheshe obuwenza afinyelele lapho bekunzima ukuthi afinyelele khona phambilini.
Inkakha yeKaizer Chiefs, uBrian Baloyi, ubona kufanele enye yezingane zikaKaizer Motaung kufanele zithathe isikhundla sesikhulu esiphezulu kuleli qembu.
ZIMAPEKETWANE izinto esizweni izinto esizweni sakwaNyawo, eNgwavuma njengoba indodana ibhekene ngeziqu zamehlo nobaba wayo ...
Europe, ukuthi abuyise konke okungamagugu akushaqa kuleli ukuze ayokwenza ngakho ucwaningo aphinde akugcina emanyuvesi nasezindaweni ezigcina amagugu kulawo mazwe. URamaphosa uthe bakufuna konke ...
UBONGA abaculi bakamaskandi ngokuphumela obala bamfunele amavoti uLindokuhle Nsele, obedume ngelikaBravo B, ohlelweni iBig Brother Mzansi: Bazozwa egoqwe ngeSonto.
UMDIDIYELI omkhulu weGenerations The Legacy, uMfundi Vundla, uziqhathe nabalandeli bakaMenzi Ngubane ngokubathunuka amanxeba ngokukhuluma ngaye ekubeni engasekho emhlabeni.
Owesifazane waseNingizimu Afrika, uNtombi Toni Khumalo Jackson ushonele eLiberia kanti amaphoyisa aseLiberia (LNP) ehlonze umyeni wakhe, usomnotho ovelele uSamuel Jackson njengomsolwa.
IKHWELE wadilika kumadelangokubona ayemi endleni yokuba kuphothulwe ukwakhiwa kweMenzi High School, yaseMlaza uMphathiswa wezeMisebenzi yoMphakathi kanye neNgqalasizinda, KwaZulu Natal, uMartin Meyer.
UMA ulalela leli cwecwe elisha laleli zinkakha zekwaito, ungaphika ukuthi lezi zinsizwa zaqala ukuyibamba kulo mculo kusukela ngo-1995. Ngakho iphelile iminyaka engaphezu kuka-30 ziyibambile insimbi ...
UMbalula uthe alikho ilungu elizovunyelwa ukuba liyishaye ngapha nangapha. Ukusho lokhu ngesikhathi ekhuluma e-Eastern Cape, engqungqutheleni yokukhetha ubuholi beqembu esifundeni Amathole. UMbalula ...
UMNYANGO wezokuHlunyeleliswa kweziMilo ukhokha imali engaphezu kuka-R11 million ngosuku ukuphakela iziboshwa zasemazweni angaphandle ezigcinwe emajele akuleli ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results